Genesise 14:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 namaHori + entabeni yawo yaseSeyiri, + kwehle kuze kufike e-Eli-pharanu, esehlane. Duteronomi 2:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngaphambili, kwakuhlala amaHori + eSeyiri, kodwa inzalo ka-Esawu yawaphuca ifa lawo futhi yawaqothula yase ihlala endaweni yawo, + njengoba nje no-Israyeli ezokwenza ezweni eliyifa lakhe, uJehova azomnika lona nakanjani.) Duteronomi 2:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Yilokho akwenzela inzalo ka-Esawu, eseyihlala eSeyiri, + lapho eqothula amaHori + phambi kwayo, ukuze iwaphuce ifa lawo, ihlale nasendaweni yawo kuze kube namuhla.
12 Ngaphambili, kwakuhlala amaHori + eSeyiri, kodwa inzalo ka-Esawu yawaphuca ifa lawo futhi yawaqothula yase ihlala endaweni yawo, + njengoba nje no-Israyeli ezokwenza ezweni eliyifa lakhe, uJehova azomnika lona nakanjani.)
22 Yilokho akwenzela inzalo ka-Esawu, eseyihlala eSeyiri, + lapho eqothula amaHori + phambi kwayo, ukuze iwaphuce ifa lawo, ihlale nasendaweni yawo kuze kube namuhla.