Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 23:35
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 ukuze kwehlele phezu kwenu icala lalo lonke igazi elilungile elichithwe emhlabeni, kusukela egazini lika-Abela + olungile kuye egazini likaZakariya indodana kaBarakiya, enambulala phakathi kwendlu engcwele ne-altare. +

  • 1 Johane 3:10-12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Abantwana bakaNkulunkulu nabantwana bakaDeveli babonakala ngalokhu: Noma ubani ongakwenzi ukulunga nalowo ongamthandi umfowabo akaveli kuNkulunkulu. + 11 Ngoba yilo umyalezo eniwuzwile kusukela ekuqaleni, ukuthi kufanele sithandane; + 12 singafani noKhayini, owayevela komubi futhi wabulala umfowabo. + Wambulalelani? Ngoba imisebenzi yakhe yayimibi, + kodwa eyomfowabo ilungile. +

  • Jude 11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Kubi kakhulu ngabo, ngoba bahambe endleleni kaKhayini + futhi bagijimela endleleni yokuphambuka kaBhalami + ukuze bathole umvuzo, futhi baye bashabalala enkulumweni kaKhora + yokuhlubuka! +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela