-
Hebheru 11:8, 9IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
8 Ngokholo u-Abrahama, + lapho ebizwa, walalela ngokuphuma aye endaweni ayezoyamukela njengefa; waphuma, nakuba ayengazi ukuthi uyaphi. + 9 Ngokholo waphila njengesifiki ezweni lesithembiso njengokungathi kusezweni lesinye isizwe, + wahlala ematendeni + no-Isaka noJakobe, izindlalifa kanye naye zesithembiso esifanayo. +
-