Genesise 17:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Kodwa ngokuqondene no-Ishmayeli ngikuzwile. Bheka! Ngiyombusisa futhi ngimenze azale ande kakhulu impela. Uyoveza izikhulu ezingu-12 futhi ngiyomenza abe isizwe esikhulu. + Genesise 37:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 Ngemva kwalokho bahlala phansi badla. Lapho bephakamisa amehlo, kwakuza iqulu labakwa-Ishmayeli + livela eGileyadi. Amakamela abo ayethwele inomfi* yelabhidanu, ibhalsamu namagxolo anenomfi, + babeya eGibhithe.
20 Kodwa ngokuqondene no-Ishmayeli ngikuzwile. Bheka! Ngiyombusisa futhi ngimenze azale ande kakhulu impela. Uyoveza izikhulu ezingu-12 futhi ngiyomenza abe isizwe esikhulu. +
25 Ngemva kwalokho bahlala phansi badla. Lapho bephakamisa amehlo, kwakuza iqulu labakwa-Ishmayeli + livela eGileyadi. Amakamela abo ayethwele inomfi* yelabhidanu, ibhalsamu namagxolo anenomfi, + babeya eGibhithe.