Genesise 15:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Ngalolo suku uJehova wenza isivumelwano + no-Abrama, wathi: “Leli zwe ngiyolinika + inzalo* yakho, kusukela emfuleni waseGibhithe kuze kufike emfuleni omkhulu, umfula i-Ewufrathe: + Genesise 26:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Hlala kuleli zwe, + ngizoqhubeka nginawe ngikubusise ngoba wonke la mazwe ngizowanika + wena nenzalo* yakho futhi ngiyosifeza isifungo engasenza kuyihlo u-Abrahama: + Genesise 35:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngokuqondene nezwe engilinike u-Abrahama no-Isaka, ngizolinika wena, ngiyolinika nenzalo* yakho.” + Eksodusi 32:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Khumbula izinceku zakho u-Abrahama, u-Isaka no-Israyeli, owafunga kuzo ngokwakho wathi, ‘Ngiyokwandisa inzalo* yenu ibe ngangezinkanyezi zamazulu + futhi ngiyonika inzalo* yenu lonke leli zwe engilikhethile, ukuze libe elayo unomphela.’” +
18 Ngalolo suku uJehova wenza isivumelwano + no-Abrama, wathi: “Leli zwe ngiyolinika + inzalo* yakho, kusukela emfuleni waseGibhithe kuze kufike emfuleni omkhulu, umfula i-Ewufrathe: +
3 Hlala kuleli zwe, + ngizoqhubeka nginawe ngikubusise ngoba wonke la mazwe ngizowanika + wena nenzalo* yakho futhi ngiyosifeza isifungo engasenza kuyihlo u-Abrahama: +
12 Ngokuqondene nezwe engilinike u-Abrahama no-Isaka, ngizolinika wena, ngiyolinika nenzalo* yakho.” +
13 Khumbula izinceku zakho u-Abrahama, u-Isaka no-Israyeli, owafunga kuzo ngokwakho wathi, ‘Ngiyokwandisa inzalo* yenu ibe ngangezinkanyezi zamazulu + futhi ngiyonika inzalo* yenu lonke leli zwe engilikhethile, ukuze libe elayo unomphela.’” +