-
Roma 9:17, 18IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
17 Ngoba umbhalo uthi kuFaro: “Ngenxa yaso kanye lesi sizathu ngikuyekile ukuba uqhubeke ukhona: ukuze ngibonise amandla ami ngawe nokuba ngenze igama lami limenyezelwe emhlabeni wonke.” + 18 Ngakho-ke, unesihe kunoba ubani athanda ukuba nesihe kuye, kodwa noma ubani athanda ukuba abe isijaka uyamvumela. +
-