15 Manje ngabe sengiselulile isandla sami ukuze ngishaye wena nabantu bakho ngesifo esiyingozi kakhulu, futhi ngabe awusekho emhlabeni. 16 Kodwa ngikugcine ngenxa yaso kanye lesi sizathu: ukuze ngikubonise amandla ami futhi ngenze igama lami limenyezelwe emhlabeni wonke. +