28 UMose wathi: “Nizokwazi ngalokhu ukuthi uJehova ungithume ukuba ngenze zonke lezi zinto, ukuthi akuveli enhliziyweni yami: 29 Uma laba bantu befa njengabo bonke abantu futhi uma isijeziso sabo sifana nesabo bonke abantu, kusho ukuthi uJehova akangithumanga. +