Eksodusi 6:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngangivame ukubonakala ku-Abrahama, u-Isaka noJakobe njengoNkulunkulu uMninimandla Onke, + kodwa igama lami elithi Jehova + angizange ngilembule ngokugcwele kubo. + Eksodusi 6:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngizonithatha nibe isizwe sami, mina ngibe uNkulunkulu wenu, + nakanjani nizokwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu ozonikhulula ekugqilazweni abaseGibhithe. Roma 9:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngoba umbhalo uthi kuFaro: “Ngenxa yaso kanye lesi sizathu ngikuyekile ukuba uqhubeke ukhona: ukuze ngibonise amandla ami ngawe nokuba ngenze igama lami limenyezelwe emhlabeni wonke.” +
3 Ngangivame ukubonakala ku-Abrahama, u-Isaka noJakobe njengoNkulunkulu uMninimandla Onke, + kodwa igama lami elithi Jehova + angizange ngilembule ngokugcwele kubo. +
7 Ngizonithatha nibe isizwe sami, mina ngibe uNkulunkulu wenu, + nakanjani nizokwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu ozonikhulula ekugqilazweni abaseGibhithe.
17 Ngoba umbhalo uthi kuFaro: “Ngenxa yaso kanye lesi sizathu ngikuyekile ukuba uqhubeke ukhona: ukuze ngibonise amandla ami ngawe nokuba ngenze igama lami limenyezelwe emhlabeni wonke.” +