Levitikusi 18:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 “‘Owesilisa akumele alale nesilwane azingcolise ngaso, nowesifazane akufanele aye esilwaneni ukuze alale naso. + Kuwukweqa umthetho wemvelo. Levitikusi 20:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 “‘Uma indoda ilala nesilwane, kufanele ibulawe nakanjani, kufanele nibulale naleso silwane. + Duteronomi 27:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 “‘Uqalekisiwe olala nanoma isiphi isilwane.’ + (Bonke abantu bayothi, ‘Amen!’)
23 “‘Owesilisa akumele alale nesilwane azingcolise ngaso, nowesifazane akufanele aye esilwaneni ukuze alale naso. + Kuwukweqa umthetho wemvelo.