Numeri 25:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngakho u-Israyeli naye wakhonza nabo uBhali* wasePheyori, + uJehova wamthukuthelela kakhulu u-Israyeli. 1 AmaKhosi 18:40 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 40 Ngemva kwalokho u-Eliya wathi kubo: “Bambani abaprofethi bakaBhali! Ningavumeli ngisho noyedwa kubo ukuba aphunyuke!” Ngaso leso sikhathi bababamba, u-Eliya wabehlisela emfuleni* iKishoni + wababulalela khona. + 1 Korinte 10:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Cha; kodwa ngithi lokho izizwe ezikwenza umhlatshelo, zikuhlabela amademoni hhayi uNkulunkulu; + angifuni ukuba nibe abahlanganyeli namademoni. +
3 Ngakho u-Israyeli naye wakhonza nabo uBhali* wasePheyori, + uJehova wamthukuthelela kakhulu u-Israyeli.
40 Ngemva kwalokho u-Eliya wathi kubo: “Bambani abaprofethi bakaBhali! Ningavumeli ngisho noyedwa kubo ukuba aphunyuke!” Ngaso leso sikhathi bababamba, u-Eliya wabehlisela emfuleni* iKishoni + wababulalela khona. +
20 Cha; kodwa ngithi lokho izizwe ezikwenza umhlatshelo, zikuhlabela amademoni hhayi uNkulunkulu; + angifuni ukuba nibe abahlanganyeli namademoni. +