Eksodusi 30:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Kufanele ulibeke phambi kwekhethini eliseduze komphongolo wobuFakazi, + phambi kwesivalo esiphezu kobuFakazi, lapho ngizozibonakalisa khona kuwe. + Levitikusi 16:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 UJehova wathi kuMose: “Tshela u-Aroni umfowenu ukuthi angangeni nje nganoma yisiphi isikhathi endaweni engcwele + ngaphakathi kwekhethini, + phambi kwesembozo esiphezu koMphongolo, ukuze angafi, + ngoba ngizobonakala efwini + phezu kwesembozo. + Numeri 7:89 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 89 Noma nini lapho uMose engena etendeni lokuhlangana eyokhuluma noNkulunkulu, + wayezwa izwi likhuluma naye livela phezu kwesembozo + somphongolo wobuFakazi, livela phakathi kwamakherubi amabili; + uNkulunkulu wayekhuluma naye. AbaHluleli 20:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 Ngemva kwalokho amadoda akwa-Israyeli abuza kuJehova, + ngoba umphongolo wesivumelwano kaNkulunkulu weqiniso wawulapho ngalezo zinsuku. IHubo 80:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 80 O Malusi ka-Israyeli, lalela,Wena ohola uJosefa njengomhlambi. + Wena ohlezi esihlalweni sobukhosi ngaphezu* kwamakherubi, +Khanya.*
6 Kufanele ulibeke phambi kwekhethini eliseduze komphongolo wobuFakazi, + phambi kwesivalo esiphezu kobuFakazi, lapho ngizozibonakalisa khona kuwe. +
2 UJehova wathi kuMose: “Tshela u-Aroni umfowenu ukuthi angangeni nje nganoma yisiphi isikhathi endaweni engcwele + ngaphakathi kwekhethini, + phambi kwesembozo esiphezu koMphongolo, ukuze angafi, + ngoba ngizobonakala efwini + phezu kwesembozo. +
89 Noma nini lapho uMose engena etendeni lokuhlangana eyokhuluma noNkulunkulu, + wayezwa izwi likhuluma naye livela phezu kwesembozo + somphongolo wobuFakazi, livela phakathi kwamakherubi amabili; + uNkulunkulu wayekhuluma naye.
27 Ngemva kwalokho amadoda akwa-Israyeli abuza kuJehova, + ngoba umphongolo wesivumelwano kaNkulunkulu weqiniso wawulapho ngalezo zinsuku.
80 O Malusi ka-Israyeli, lalela,Wena ohola uJosefa njengomhlambi. + Wena ohlezi esihlalweni sobukhosi ngaphezu* kwamakherubi, +Khanya.*