Eksodusi 38:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Okulandelayo uhlu lwezinto ezasetshenziselwa ukwakha itabernakele, itabernakele lobuFakazi, + uhlu olwenziwa ngokuyala kukaMose, njengesibopho samaLevi + eqondiswa u-Itamari + indodana ka-Aroni umpristi. Levitikusi 10:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 UMose wayifunisisa imbuzi yomnikelo wesono, + wathola ukuthi yayishisiwe. Ngakho wathukuthelela u-Eleyazare no-Itamari, amadodana ka-Aroni ayesele, wathi: 1 IziKronike 24:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Nokho, uNadabi no-Abhihu bafa ngaphambi kukayise + futhi babengenawo amadodana; kodwa u-Eleyazare + no-Itamari baqhubeka bengabapristi.
21 Okulandelayo uhlu lwezinto ezasetshenziselwa ukwakha itabernakele, itabernakele lobuFakazi, + uhlu olwenziwa ngokuyala kukaMose, njengesibopho samaLevi + eqondiswa u-Itamari + indodana ka-Aroni umpristi.
16 UMose wayifunisisa imbuzi yomnikelo wesono, + wathola ukuthi yayishisiwe. Ngakho wathukuthelela u-Eleyazare no-Itamari, amadodana ka-Aroni ayesele, wathi:
2 Nokho, uNadabi no-Abhihu bafa ngaphambi kukayise + futhi babengenawo amadodana; kodwa u-Eleyazare + no-Itamari baqhubeka bengabapristi.