Eksodusi 28:36 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 “Kufanele wenze ucwecwe olucwebezelayo lwegolide elihlanzekile uqophe kulo ngendlela umuntu abengaqopha ngayo uphawu, oluthi: ‘Ubungcwele bungobukaJehova.’ + Eksodusi 39:30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 30 Ekugcineni, benza ucwecwe olucwebezelayo lwegolide elihlanzekile, uphawu olungcwele lokuzinikezela,* baqopha kulo umbhalo oqoshwe ngendlela umuntu abengaqopha ngayo uphawu, oluthi: “Ubungcwele bungobukaJehova.” + Levitikusi 8:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Wamthwesa iduku lokushuqula, + wabeka ngaphambi kweduku lokushuqula ucwecwe olucwebezelayo lwegolide, uphawu olungcwele lokuzinikezela, *+ njengoba nje uJehova ayemyalile uMose.
36 “Kufanele wenze ucwecwe olucwebezelayo lwegolide elihlanzekile uqophe kulo ngendlela umuntu abengaqopha ngayo uphawu, oluthi: ‘Ubungcwele bungobukaJehova.’ +
30 Ekugcineni, benza ucwecwe olucwebezelayo lwegolide elihlanzekile, uphawu olungcwele lokuzinikezela,* baqopha kulo umbhalo oqoshwe ngendlela umuntu abengaqopha ngayo uphawu, oluthi: “Ubungcwele bungobukaJehova.” +
9 Wamthwesa iduku lokushuqula, + wabeka ngaphambi kweduku lokushuqula ucwecwe olucwebezelayo lwegolide, uphawu olungcwele lokuzinikezela, *+ njengoba nje uJehova ayemyalile uMose.