Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 8:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Kamuva uJehova wathi kuMose: “Yithi ku-Aroni, ‘Yelulela isandla sakho nenduku phezu kwemifula, imisele yeNayile namaxhaphozi, wenze ukuba amaxoxo akhuphukele ezweni laseGibhithe.’”

  • Eksodusi 17:5, 6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 UJehova wathi kuMose: “Hamba phambi kwabantu, uthathe amanye amadoda amadala akwa-Israyeli kanye nenduku yakho owashaya ngayo uMfula iNayile. + Yiphathe ngesandla uqhubeke uhamba. 6 Ngizobe ngimi phambi kwakho laphaya edwaleni eHorebe. Kumele ushaye idwala, kuzophuma amanzi kulo, abantu bawaphuze.” + UMose wenza kanjalo phambi kwamadoda amadala akwa-Israyeli.

  • Numeri 20:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 UMose wabe esephakamisa isandla sakhe washaya idwala kabili ngenduku yakhe, kwaqala ukuphuma amanzi amaningi, inhlangano yaphuza + kanye nemfuyo yayo.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela