Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 30:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Akumele unikele kulo impepho engagunyaziwe + noma umnikelo oshiswayo noma umnikelo wokudla okusanhlamvu futhi akumele uthele umnikelo ophuzwayo kulo.

  • Levitikusi 10:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 “Ungaliphuzi iwayini noma obunye utshwala, wena namadodana akho, lapho niza etendeni lokuhlangana, + ukuze ningafi. Kuwumthetho waphakade ezizukulwaneni zenu.

  • Levitikusi 16:1, 2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 UJehova wakhuluma noMose ngemva kokufa kwamadodana ka-Aroni amabili, afa ngenxa yokusondela kuJehova. + 2 UJehova wathi kuMose: “Tshela u-Aroni umfowenu ukuthi angangeni nje nganoma yisiphi isikhathi endaweni engcwele + ngaphakathi kwekhethini, + phambi kwesembozo esiphezu koMphongolo, ukuze angafi, + ngoba ngizobonakala efwini + phezu kwesembozo. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela