Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Levitikusi 14:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 “Lona kufanele kube umthetho wonochoko ngosuku lokuqinisekisa ukuthi uhlanzekile, lapho kufanele alethwe kumpristi. +

  • Levitikusi 14:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 “Ozihlanzayo kumele awashe izingubo zakhe futhi aphuce zonke izinwele zakhe ageze ngamanzi, ahlanzeke. Kamuva angangena ekamu, kodwa ahlale ngaphandle kwetende lakhe izinsuku eziyisikhombisa.

  • Levitikusi 15:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 “Khulumani nama-Israyeli, nithi kuwo, ‘Uma owesilisa ephuma ukungcola esithweni sangasese, lokho kungcola kumenza angcole. +

  • Levitikusi 15:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Umuntu othinta umbhede wakhe kumele awashe izingubo zakhe, ageze ngamanzi abe ongcolile kuze kuhlwe. +

  • Numeri 19:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Lowo obutha umlotha wenkomazi uyowasha izingubo zakhe abe ongcolile kuze kube kusihlwa.

      “‘Lokhu kuyoba umthetho waphakade kuma-Israyeli nesifiki esihlala phakathi kwawo. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela