Eksodusi 20:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 kodwa usuku lwesikhombisa luyisabatha kuJehova uNkulunkulu wakho. Akumele wenze noma yimuphi umsebenzi, wena noma indodana yakho noma indodakazi yakho noma isigqila sakho noma isigqilakazi sakho noma isilwane sakho osifuyile noma isifiki ohlala naso. *+ Eksodusi 31:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 “Khuluma nama-Israyeli, uthi, ‘Kufanele nigcine ikakhulukazi amasabatha ami, + ngoba awuphawu phakathi kwami nani ezizukulwaneni zenu ukuze nazi ukuthi mina Jehova ngiyaningcwelisa.
10 kodwa usuku lwesikhombisa luyisabatha kuJehova uNkulunkulu wakho. Akumele wenze noma yimuphi umsebenzi, wena noma indodana yakho noma indodakazi yakho noma isigqila sakho noma isigqilakazi sakho noma isilwane sakho osifuyile noma isifiki ohlala naso. *+
13 “Khuluma nama-Israyeli, uthi, ‘Kufanele nigcine ikakhulukazi amasabatha ami, + ngoba awuphawu phakathi kwami nani ezizukulwaneni zenu ukuze nazi ukuthi mina Jehova ngiyaningcwelisa.