Eksodusi 28:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Kufanele wenzele u-Aroni umfowenu izingubo ezingcwele, ngenjongo yenkazimulo nobuhle. + Eksodusi 29:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 “Izingubo ezingcwele + zika-Aroni ziyosetshenziswa amadodana akhe + ngemva kwakhe lapho egcotshwa futhi emiswa njengabapristi. Levitikusi 16:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 “Umpristi ogcotshiwe + futhi wamiswa ukuba abe umpristi + esikhundleni sikayise + uzokwenza isihlawulelo, agqoke izingubo zelineni, + izingubo ezingcwele. +
29 “Izingubo ezingcwele + zika-Aroni ziyosetshenziswa amadodana akhe + ngemva kwakhe lapho egcotshwa futhi emiswa njengabapristi.
32 “Umpristi ogcotshiwe + futhi wamiswa ukuba abe umpristi + esikhundleni sikayise + uzokwenza isihlawulelo, agqoke izingubo zelineni, + izingubo ezingcwele. +