Jeremiya 9:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngizobahlakazela ezizweni abangazange bazazi bona nokhokho babo, + futhi ngizothumela inkemba emva kwabo kuze kube yilapho sengibaqothulile.’ + Hezekeli 12:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Bonke abasizungezile, abasisizayo namaviyo aso empi, ngiyobahlakazela kuzo zonke izindawo; + ngiyohosha inkemba ngibajahe. +
16 Ngizobahlakazela ezizweni abangazange bazazi bona nokhokho babo, + futhi ngizothumela inkemba emva kwabo kuze kube yilapho sengibaqothulile.’ +
14 Bonke abasizungezile, abasisizayo namaviyo aso empi, ngiyobahlakazela kuzo zonke izindawo; + ngiyohosha inkemba ngibajahe. +