Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Levitikusi 5:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 “‘Nokho, uma imvu ingaphezu kwamandla akhe, kumele alethe kuJehova amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba + abe umnikelo wakhe wecala ngesono asenzile, elinye kube elomnikelo wesono elinye kube elomnikelo oshiswayo. +

  • Levitikusi 5:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 “‘Uma engenawo amandla amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, kumele alethe okweshumi kwe-efa *+ likafulawa ocolekile ngenxa yesono sakhe, kube umnikelo wesono. Akufanele athele amafutha kuwo noma afake inhlaka yempepho kuwo ngoba ungumnikelo wesono.

  • Levitikusi 12:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 Kodwa-ke uma engeke abe namandla emvu, kumele athathe amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, + elinye kube elomnikelo oshiswayo elinye kube elomnikelo wesono, umpristi amenzele isihlawulelo, ahlanzeke.’”

  • Levitikusi 14:21
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 “Nokho, uma ehlupheka engenawo amandla anele, uzothatha iwundlu leduna elilodwa libe umnikelo wecala womnikelo ozuliswayo, ukuze azenzele isihlawulelo, okweshumi kwe-efa* likafulawa ocolekile oxutshwe namafutha njengomnikelo wokudla okusanhlamvu, ilogi lamafutha,

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela