Duteronomi 1:38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 38 UJoshuwa indodana kaNuni, + omi phambi kwakho, nguye oyongena kuleli zwe. + Mqinise *+ ngoba uyokwenza ukuba u-Israyeli alizuze njengefa.”) Duteronomi 31:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 UJehova uNkulunkulu wakho nguye owela phambi kwakho, yena uqobo uzoziqothula lezi zizwe phambi kwakho, wena uzixoshe. + UJoshuwa nguye ozokuhola akuwelise, + njengoba nje uJehova ekhulumile. Duteronomi 34:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Kodwa akakaze abe khona umprofethi onjengoMose kwa-Israyeli, + uJehova ayemazi ubuso nobuso. +
38 UJoshuwa indodana kaNuni, + omi phambi kwakho, nguye oyongena kuleli zwe. + Mqinise *+ ngoba uyokwenza ukuba u-Israyeli alizuze njengefa.”)
3 UJehova uNkulunkulu wakho nguye owela phambi kwakho, yena uqobo uzoziqothula lezi zizwe phambi kwakho, wena uzixoshe. + UJoshuwa nguye ozokuhola akuwelise, + njengoba nje uJehova ekhulumile.