Eksodusi 23:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 “Ngiyobenza bangesabe ngisho nangaphambi kokufika kwenu, + ngiyobaphithizelisa bonke abantu enihlangana nabo, ngenze nazo zonke izitha zenu zibaleke, nizinqobe. *+ Levitikusi 26:7, 8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Nakanjani niyozixosha izitha zenu, ziwe phambi kwenu ngenkemba. 8 Abahlanu kini bayoxosha abangu-100, nabangu-100 kini baxoshe abangu-10 000 futhi izitha zenu ziyowa ngenkemba phambi kwenu. +
27 “Ngiyobenza bangesabe ngisho nangaphambi kokufika kwenu, + ngiyobaphithizelisa bonke abantu enihlangana nabo, ngenze nazo zonke izitha zenu zibaleke, nizinqobe. *+
7 Nakanjani niyozixosha izitha zenu, ziwe phambi kwenu ngenkemba. 8 Abahlanu kini bayoxosha abangu-100, nabangu-100 kini baxoshe abangu-10 000 futhi izitha zenu ziyowa ngenkemba phambi kwenu. +