Genesise 19:36, 37 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 Ngakho womabili amadodakazi kaLoti akhulelwa ekhuleliswa uyise. 37 Eyizibulo yazala indodana yayiqamba ngokuthi uMowabi. + Unguyise wabakwaMowabi banamuhla. + Numeri 21:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Abe esesuka e-Oboti amisa amatende e-Iye-abarimi, + ehlane elibheke kuMowabi, ngasempumalanga. Numeri 21:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Asuka lapho amisa amatende esifundeni sase-Arinoni, + esisehlane elisukela emngceleni wama-Amori, ngoba i-Arinoni liwumngcele kaMowabi, phakathi kukaMowabi nama-Amori.
36 Ngakho womabili amadodakazi kaLoti akhulelwa ekhuleliswa uyise. 37 Eyizibulo yazala indodana yayiqamba ngokuthi uMowabi. + Unguyise wabakwaMowabi banamuhla. +
13 Asuka lapho amisa amatende esifundeni sase-Arinoni, + esisehlane elisukela emngceleni wama-Amori, ngoba i-Arinoni liwumngcele kaMowabi, phakathi kukaMowabi nama-Amori.