Eksodusi 23:31 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 “Ngiyonweba umngcele wenu kusukela oLwandle Olubomvu kuye olwandle lwamaFilisti, kusukela ehlane kuye eMfuleni; *+ ngoba abakhe ezweni ngizobanikela esandleni senu futhi niyobaxosha basuke phambi kwenu. + Joshuwa 15:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Izwe elabelwa *+ imindeni yesizwe sakwaJuda lafinyelela emngceleni wakwa-Edomi, + ihlane laseZini, kuya eNegebhi emkhawulweni wayo oseningizimu. Joshuwa 15:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Wawube usudlulela e-Azimoni + bese uya eMhosheni* WaseGibhithe, + lo mngcele wawuphelela oLwandle.* Lona kwakuwumngcele wale mindeni oseningizimu.
31 “Ngiyonweba umngcele wenu kusukela oLwandle Olubomvu kuye olwandle lwamaFilisti, kusukela ehlane kuye eMfuleni; *+ ngoba abakhe ezweni ngizobanikela esandleni senu futhi niyobaxosha basuke phambi kwenu. +
15 Izwe elabelwa *+ imindeni yesizwe sakwaJuda lafinyelela emngceleni wakwa-Edomi, + ihlane laseZini, kuya eNegebhi emkhawulweni wayo oseningizimu.
4 Wawube usudlulela e-Azimoni + bese uya eMhosheni* WaseGibhithe, + lo mngcele wawuphelela oLwandle.* Lona kwakuwumngcele wale mindeni oseningizimu.