22 “‘Lapho isikhulu + sona singahlosile ngokwenza okukodwa kuzo zonke izinto uJehova uNkulunkulu waso ayala ukuba zingenziwa futhi siba necala, 23 noma uma siqaphela ukuthi senze isono ngokwenza okuphambene nomyalo, kumele silethe izinyane lembuzi eliyiduna eliphile kahle, libe umnikelo waso.