Duteronomi 1:41 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 41 “Nina nathi kimi, ‘Sonile kuJehova. Manje sizokwenyuka siyolwa, njengoba nje uJehova uNkulunkulu wethu esiyalile!’ Ngamunye kini wahloma ngezikhali zakhe zempi futhi nanicabanga ukuthi kuzoba lula ukwenyukela entabeni. +
41 “Nina nathi kimi, ‘Sonile kuJehova. Manje sizokwenyuka siyolwa, njengoba nje uJehova uNkulunkulu wethu esiyalile!’ Ngamunye kini wahloma ngezikhali zakhe zempi futhi nanicabanga ukuthi kuzoba lula ukwenyukela entabeni. +