Eksodusi 23:20, 21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 “Ngithumela ingelosi ngaphambi kwakho + ukuba ikuqaphe endleleni futhi ikulethe endaweni engiyilungiselele. + 21 Yinake futhi ulalele izwi layo. Ungamelani nayo ngoba ngeke izixolele izono zenu, + ngoba igama lami likuyo. 1 Korinte 10:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Lezi zinto zaba izibonelo kithi, ukuze singazifisi izinto ezilimazayo, njengoba bona bazifisa. + 1 Korinte 10:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ningabubuli, njengoba abanye babo babubula, + kwamane kwaphumela ekubhujisweni kwabo umbhubhisi. +
20 “Ngithumela ingelosi ngaphambi kwakho + ukuba ikuqaphe endleleni futhi ikulethe endaweni engiyilungiselele. + 21 Yinake futhi ulalele izwi layo. Ungamelani nayo ngoba ngeke izixolele izono zenu, + ngoba igama lami likuyo.
10 Ningabubuli, njengoba abanye babo babubula, + kwamane kwaphumela ekubhujisweni kwabo umbhubhisi. +