Levitikusi 16:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 UJehova wathi kuMose: “Tshela u-Aroni umfowenu ukuthi angangeni nje nganoma yisiphi isikhathi endaweni engcwele + ngaphakathi kwekhethini, + phambi kwesembozo esiphezu koMphongolo, ukuze angafi, + ngoba ngizobonakala efwini + phezu kwesembozo. + Levitikusi 16:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 “Uzobe esethatha umcengezi womlilo + ogcwele amalahle avuthayo avela e-altare + phambi kukaJehova, agcwalise izandla zombili ngempepho ecolekile enamakha, + akulethe ngaphakathi kwekhethini. + Hebheru 9:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Kodwa ngemva kwekhethini lesibili + kwakukhona igumbi letende elibizwa ngokuthi iNgcwelengcwele. + Hebheru 9:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 kodwa umpristi ophakeme wayengena yedwa egumbini lesibili kanye ngonyaka, + nokho wayengenakungena ngaphandle kwegazi, + alinikela ngenxa yakhe + nangenxa yezono ezazenziwe abantu + ngokungazi.
2 UJehova wathi kuMose: “Tshela u-Aroni umfowenu ukuthi angangeni nje nganoma yisiphi isikhathi endaweni engcwele + ngaphakathi kwekhethini, + phambi kwesembozo esiphezu koMphongolo, ukuze angafi, + ngoba ngizobonakala efwini + phezu kwesembozo. +
12 “Uzobe esethatha umcengezi womlilo + ogcwele amalahle avuthayo avela e-altare + phambi kukaJehova, agcwalise izandla zombili ngempepho ecolekile enamakha, + akulethe ngaphakathi kwekhethini. +
7 kodwa umpristi ophakeme wayengena yedwa egumbini lesibili kanye ngonyaka, + nokho wayengenakungena ngaphandle kwegazi, + alinikela ngenxa yakhe + nangenxa yezono ezazenziwe abantu + ngokungazi.