Eksodusi 29:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 Kufanele ungcwelise isifuba somnikelo ozuliswayo nomlenze wesabelo esingcwele okuzulisiwe futhi okuthathwe enqameni yokumisa umpristi, + kulokho obekunikelelwa u-Aroni namadodana akhe. Levitikusi 7:34 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 34 Ngoba ngithatha isifuba somnikelo ozuliswayo nomlenze womnikelo ongcwele emihlatshelweni ehlanganyelwayo yama-Israyeli, ngikunika u-Aroni umpristi namadodana akhe njengomthetho waphakade kuma-Israyeli. +
27 Kufanele ungcwelise isifuba somnikelo ozuliswayo nomlenze wesabelo esingcwele okuzulisiwe futhi okuthathwe enqameni yokumisa umpristi, + kulokho obekunikelelwa u-Aroni namadodana akhe.
34 Ngoba ngithatha isifuba somnikelo ozuliswayo nomlenze womnikelo ongcwele emihlatshelweni ehlanganyelwayo yama-Israyeli, ngikunika u-Aroni umpristi namadodana akhe njengomthetho waphakade kuma-Israyeli. +