Genesise 15:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Wabe esemkhiphela ngaphandle wathi: “Ngicela ubheke phezulu emazulwini ubale izinkanyezi, uma ukwazi ukuzibala.” Ngemva kwalokho wathi kuye: “Iyoba ngako inzalo* yakho.” + Eksodusi 38:26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 Uhhafu weshekeli womuntu ngamunye wawunguhhafu weshekeli ngeshekeli elivamile lendawo engcwele,* bonke ababephakathi kwalabo ababebhalisiwe kusukela eminyakeni engu-20 ubudala kuya phezulu, + baba ngu-603 550. + Numeri 1:46 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 46 bonke ababhaliswa babengu-603 550. + Numeri 14:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Izidumbu zenu ziyokuwa kuleli hlane, + yebo, bonke ababebhalisiwe kini kusukela kwabaneminyaka engu-20 kuya phezulu, nabo bonke kini abaye babubula ngami. + Numeri 26:51 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 51 Lena ingqikithi yalabo ababhaliswa kuma-Israyeli: babengu-601 730. + Numeri 26:64 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 64 Kodwa phakathi kwabo kwakungekho noyedwa kulabo ababhaliswa uMose no-Aroni umpristi lapho kubalwa ama-Israyeli ehlane laseSinayi. +
5 Wabe esemkhiphela ngaphandle wathi: “Ngicela ubheke phezulu emazulwini ubale izinkanyezi, uma ukwazi ukuzibala.” Ngemva kwalokho wathi kuye: “Iyoba ngako inzalo* yakho.” +
26 Uhhafu weshekeli womuntu ngamunye wawunguhhafu weshekeli ngeshekeli elivamile lendawo engcwele,* bonke ababephakathi kwalabo ababebhalisiwe kusukela eminyakeni engu-20 ubudala kuya phezulu, + baba ngu-603 550. +
29 Izidumbu zenu ziyokuwa kuleli hlane, + yebo, bonke ababebhalisiwe kini kusukela kwabaneminyaka engu-20 kuya phezulu, nabo bonke kini abaye babubula ngami. +
64 Kodwa phakathi kwabo kwakungekho noyedwa kulabo ababhaliswa uMose no-Aroni umpristi lapho kubalwa ama-Israyeli ehlane laseSinayi. +