Numeri 33:38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 38 U-Aroni umpristi wenyukela eNtabeni iHori njengoba ayeyalwe uJehova, wafela khona ngonyaka ka-40 ngemva kokuphuma kwama-Israyeli ezweni laseGibhithe, ngenyanga yesihlanu, ngosuku lokuqala lwenyanga. + Duteronomi 32:50 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 50 Ngemva kwalokho uzofela kule ntaba osuzoyenyuka, ungcwatshwe nabantu bakini,* njengoba nje no-Aroni umfowenu afela eNtabeni iHori + wangcwatshwa nabantu bakubo,
38 U-Aroni umpristi wenyukela eNtabeni iHori njengoba ayeyalwe uJehova, wafela khona ngonyaka ka-40 ngemva kokuphuma kwama-Israyeli ezweni laseGibhithe, ngenyanga yesihlanu, ngosuku lokuqala lwenyanga. +
50 Ngemva kwalokho uzofela kule ntaba osuzoyenyuka, ungcwatshwe nabantu bakini,* njengoba nje no-Aroni umfowenu afela eNtabeni iHori + wangcwatshwa nabantu bakubo,