Numeri 16:38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 38 Imicengezi yomlilo yala madoda afe ngenxa yokona kwawo kufanele yenziwe ibe izingcwecwe zensimbi ezilula ezinanyekwe phezu kwe-altare, + ngoba ayiletha phambi kukaJehova, yaba ngcwele. Kufanele ibe uphawu kuma-Israyeli.’” + 1 Korinte 10:10, 11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ningabubuli, njengoba abanye babo babubula, + kwamane kwaphumela ekubhujisweni kwabo umbhubhisi. + 11 Lezi zinto zabehlela njengezibonelo, zalotshelwa ukuba zibe yisixwayiso kithi + esiphila ekupheleni kwale nkathi.
38 Imicengezi yomlilo yala madoda afe ngenxa yokona kwawo kufanele yenziwe ibe izingcwecwe zensimbi ezilula ezinanyekwe phezu kwe-altare, + ngoba ayiletha phambi kukaJehova, yaba ngcwele. Kufanele ibe uphawu kuma-Israyeli.’” +
10 Ningabubuli, njengoba abanye babo babubula, + kwamane kwaphumela ekubhujisweni kwabo umbhubhisi. + 11 Lezi zinto zabehlela njengezibonelo, zalotshelwa ukuba zibe yisixwayiso kithi + esiphila ekupheleni kwale nkathi.