22 Ngakho uMose wayibhala phansi le ngoma ngalolo suku, wayifundisa ama-Israyeli.
23 Wabe esemisa uJoshuwa + indodana kaNuni wathi: “Yiba nesibindi uqine + ngoba nguwe ozongenisa ama-Israyeli ezweni engafunga ukulinika wona, + futhi mina ngizoqhubeka nginawe.”