4 Khona-ke niyokwazi ukuthi ngininike lo myalo ukuze isivumelwano sami noLevi siqhubeke,” + kusho uJehova wamabutho.
5 “Isivumelwano sami engasenza naye kwakungesokuphila nokuthula, engamnika kona kanye nokwesaba. Wangesaba, yebo, wethuka ngenxa yegama lami.