19 Ngoba lapho uMose esetshele bonke abantu yonke imiyalo yoMthetho, wathatha igazi lamathole eduna nelezimbuzi, kanye namanzi, uboya obubomvu nehisopi wafafaza incwadi nabantu bonke, 20 wathi: “Leli yigazi lesivumelwano uNkulunkulu aniyale ukuba nisigcine.” +