Eksodusi 34:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 UJehova wayedlula phambi kwakhe ememeza ethi: “NguJehova, nguJehova, uNkulunkulu onesihe + nozwela, *+ owephuza ukuthukuthela + nochichima uthando oluqotho *+ neqiniso, *+ Duteronomi 30:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 uJehova uNkulunkulu wakho uyobe esebuyisa izithunjwa zakho + akubonise isihe + aphinde akuqoqe kuzo zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho akuhlakazele kuzo. + 2 IziKronike 30:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Ngoba lapho nibuyela kuJehova, abafowenu namadodana enu bayoboniswa isihe ngabantu ababathumbile, + bavunyelwe ukuba babuyele kuleli zwe, + ngoba uJehova uNkulunkulu wenu unozwela* nesihe + futhi ngeke abususe ubuso bakhe kini uma nibuyela kuye.” + Nehemiya 9:31 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 Ngenxa yesihe sakho esikhulu awuwaqothulanga + noma uwashiye, ngoba wena unguNkulunkulu onozwela* nonesihe. + Isaya 54:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 “Ngakushiya umzuzwana,Kodwa ngizokubuyisa ngesihe esikhulu. + Isaya 55:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Umuntu omubi makashiye indlela yakhe, +Nomuntu ongalungile imicabango yakhe;Makabuyele kuJehova, oyoba nesihe kuye, +KuNkulunkulu wethu ngoba uyomthethelela ngendlela enkulu. *+
6 UJehova wayedlula phambi kwakhe ememeza ethi: “NguJehova, nguJehova, uNkulunkulu onesihe + nozwela, *+ owephuza ukuthukuthela + nochichima uthando oluqotho *+ neqiniso, *+
3 uJehova uNkulunkulu wakho uyobe esebuyisa izithunjwa zakho + akubonise isihe + aphinde akuqoqe kuzo zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho akuhlakazele kuzo. +
9 Ngoba lapho nibuyela kuJehova, abafowenu namadodana enu bayoboniswa isihe ngabantu ababathumbile, + bavunyelwe ukuba babuyele kuleli zwe, + ngoba uJehova uNkulunkulu wenu unozwela* nesihe + futhi ngeke abususe ubuso bakhe kini uma nibuyela kuye.” +
31 Ngenxa yesihe sakho esikhulu awuwaqothulanga + noma uwashiye, ngoba wena unguNkulunkulu onozwela* nonesihe. +
7 Umuntu omubi makashiye indlela yakhe, +Nomuntu ongalungile imicabango yakhe;Makabuyele kuJehova, oyoba nesihe kuye, +KuNkulunkulu wethu ngoba uyomthethelela ngendlela enkulu. *+