Eksodusi 20:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 “Ungafisi indlu yomunye umuntu. Ungafisi umfazi womunye umuntu + noma isigqila sakhe noma isigqilakazi sakhe noma inkomo yakhe noma imbongolo yakhe nanoma yini engeyomunye umuntu.” + Luka 12:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Yabe isithi kubo: “Hlalani nivule amehlo, niqaphe zonke izinhlobo zokuhaha, *+ ngoba ngisho nalapho umuntu enokuningi, ukuphila kwakhe akuveli ezintweni anazo.” + Roma 7:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Pho sizothini? Ingabe uMthetho uyisono? Akunjalo neze! Ngempela, ngabe angisazanga isono ukube kwakungengenxa yoMthetho. + Ngokwesibonelo, ngabe angikwazanga ukuhaha ukube uMthetho wawungashongo ukuthi: “Ungahahi.” +
17 “Ungafisi indlu yomunye umuntu. Ungafisi umfazi womunye umuntu + noma isigqila sakhe noma isigqilakazi sakhe noma inkomo yakhe noma imbongolo yakhe nanoma yini engeyomunye umuntu.” +
15 Yabe isithi kubo: “Hlalani nivule amehlo, niqaphe zonke izinhlobo zokuhaha, *+ ngoba ngisho nalapho umuntu enokuningi, ukuphila kwakhe akuveli ezintweni anazo.” +
7 Pho sizothini? Ingabe uMthetho uyisono? Akunjalo neze! Ngempela, ngabe angisazanga isono ukube kwakungengenxa yoMthetho. + Ngokwesibonelo, ngabe angikwazanga ukuhaha ukube uMthetho wawungashongo ukuthi: “Ungahahi.” +