Duteronomi 9:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 “Ungasho enhliziyweni yakho lapho uJehova uNkulunkulu wakho ezixosha phambi kwakho ukuthi, ‘Ukulunga kwami okwenze ukuba uJehova angingenise ukuze ngilidle leli zwe.’ + Kunalokho, kungenxa yobubi balezi zizwe + ukuthi uJehova uyazixosha phambi kwakho. Duteronomi 32:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Lapho uJeshuruni* esekhuluphele, waqala ukudlubulunda. O Jeshuruni, usukhuluphele, usumkhulu, ususuthi. + Ngakho uJeshuruni wamshiya uNkulunkulu, owamdala, +Wadelela iDwala lensindiso yakhe.
4 “Ungasho enhliziyweni yakho lapho uJehova uNkulunkulu wakho ezixosha phambi kwakho ukuthi, ‘Ukulunga kwami okwenze ukuba uJehova angingenise ukuze ngilidle leli zwe.’ + Kunalokho, kungenxa yobubi balezi zizwe + ukuthi uJehova uyazixosha phambi kwakho.
15 Lapho uJeshuruni* esekhuluphele, waqala ukudlubulunda. O Jeshuruni, usukhuluphele, usumkhulu, ususuthi. + Ngakho uJeshuruni wamshiya uNkulunkulu, owamdala, +Wadelela iDwala lensindiso yakhe.