Duteronomi 7:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngoba uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho, uJehova uNkulunkulu wakho ukukhethile ukuba ube isizwe sakhe, impahla yakhe ekhethekile,* kuzo zonke izizwe ezisemhlabeni. + Duteronomi 28:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 “Uma nakanjani uzolilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuqikelela ukuthi uyigcina yonke imiyalo yakhe engikuyala ngayo namuhla, uJehova uNkulunkulu wakho nakanjani uyokuphakamisa ngaphezu kwazo zonke ezinye izizwe zomhlaba. + Duteronomi 28:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 UJehova uyokumisa ube isizwe esingcwele kuye, + njengoba nje afunga kuwe, + ngoba uyaqhubeka ugcina imiyalo kaJehova uNkulunkulu wakho futhi uhamba ezindleleni zakhe.
6 Ngoba uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho, uJehova uNkulunkulu wakho ukukhethile ukuba ube isizwe sakhe, impahla yakhe ekhethekile,* kuzo zonke izizwe ezisemhlabeni. +
28 “Uma nakanjani uzolilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuqikelela ukuthi uyigcina yonke imiyalo yakhe engikuyala ngayo namuhla, uJehova uNkulunkulu wakho nakanjani uyokuphakamisa ngaphezu kwazo zonke ezinye izizwe zomhlaba. +
9 UJehova uyokumisa ube isizwe esingcwele kuye, + njengoba nje afunga kuwe, + ngoba uyaqhubeka ugcina imiyalo kaJehova uNkulunkulu wakho futhi uhamba ezindleleni zakhe.