Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 29:10, 11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 “Namuhla nonke nimi phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu, izinhloko zezizwe zenu, amadoda amadala akini, izikhulu zenu, wonke umuntu wakwa-Israyeli, 11 izingane zenu, omkenu, + nesifiki + esingaphakathi kwekamu lenu, kusukela kumuntu onithezela izinkuni kuya konikhelela amanzi.

  • Duteronomi 31:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 Qoqela abantu ndawonye, + amadoda, abesifazane, abantwana* nesifiki esisemadolobheni* akho ukuze balalele, bafunde futhi besabe uJehova uNkulunkulu wakho, baqikelele ukuthi bawafeza wonke amazwi alo Mthetho.

  • Nehemiya 8:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Ngakho ngosuku lokuqala lwenyanga yesikhombisa, + u-Ezra umpristi wawuletha uMthetho phambi kwebandla + lamadoda, abesifazane kanye nabo bonke ababekwazi ukuqonda lokho okwakushiwo.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela