-
Joshuwa 2:9, 10IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 Wathi kuwo: “Ngiyazi ukuthi uJehova uzoninika leli zwe, + futhi sethuke kakhulu ngenxa yenu. + Zonke izakhamuzi zakule ndawo ziphele amandla ngenxa yenu, + 10 ngoba siyizwile indlela uJehova omisa ngayo amanzi oLwandle Olubomvu phambi kwenu lapho niphuma eGibhithe, + sezwa nangalokho enakwenza emakhosini amabili ama-Amori, uSihoni + no-Ogi, + enawaqothula ngaphesheya* kweJordani.
-