-
1 Samuweli 30:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 UDavide wayesethi ku-Abhiyathara + umpristi, indodana ka-Ahimeleki: “Ngicela ulethe lapha i-efodi.” + Ngakho u-Abhiyathara waletha i-efodi kuDavide. 8 UDavide wabuza kuJehova, + wathi: “Ngilijahe yini leli viyo labaphangi? Ingabe ngizolifica?” Yena wathi kuye: “Lijahe, ngoba uzolifica nakanjani, futhi uzokubuyisa konke okuthathiwe.” +
-