Numeri 13:30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 30 UKalebi wazama ukubehlisa umoya abantu njengoba bemi phambi kukaMose wathi: “Masikhuphukeni khona manje, nakanjani sizolithatha libe elethu ngoba ngokuqinisekile singalinqoba.” + Duteronomi 1:36 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune. Yena uyolibona futhi izwe anyathela kulo, ngiyolinika yena namadodana akhe ngoba uye walandela uJehova ngenhliziyo ephelele. *+
30 UKalebi wazama ukubehlisa umoya abantu njengoba bemi phambi kukaMose wathi: “Masikhuphukeni khona manje, nakanjani sizolithatha libe elethu ngoba ngokuqinisekile singalinqoba.” +
36 ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune. Yena uyolibona futhi izwe anyathela kulo, ngiyolinika yena namadodana akhe ngoba uye walandela uJehova ngenhliziyo ephelele. *+