Genesise 48:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Kodwa uyise wayelokhu enqaba ethi: “Ngiyazi ndodana yami, ngiyazi. Naye uyoba isizwe, naye futhi uyoba mkhulu. Noma kunjalo, umfowabo omncane uyoba mkhulu kunaye, + nenzalo* yakhe iyoba ningi ngokwanele ukuba yakhe zonke izizwe.” + Numeri 26:34 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 34 Lena kwakuyimindeni yakwaManase, ababhaliswa kuyo babengu-52 700. + Numeri 26:37 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 37 Lena kwakuyimindeni yamadodana ka-Efrayimi, ababhaliswa kuyo babengu-32 500. + Lawa kwakungamadodana kaJosefa ngemindeni yawo.
19 Kodwa uyise wayelokhu enqaba ethi: “Ngiyazi ndodana yami, ngiyazi. Naye uyoba isizwe, naye futhi uyoba mkhulu. Noma kunjalo, umfowabo omncane uyoba mkhulu kunaye, + nenzalo* yakhe iyoba ningi ngokwanele ukuba yakhe zonke izizwe.” +
37 Lena kwakuyimindeni yamadodana ka-Efrayimi, ababhaliswa kuyo babengu-32 500. + Lawa kwakungamadodana kaJosefa ngemindeni yawo.