Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 9:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Kodwa ngikugcine ngenxa yaso kanye lesi sizathu: ukuze ngikubonise amandla ami futhi ngenze igama lami limenyezelwe emhlabeni wonke. +

  • Eksodusi 15:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 Isandla sakho sokudla, Jehova, sinamandla amakhulu; +

      Isandla sakho sokudla, Jehova, singaphihliza isitha.

  • Duteronomi 28:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Zonke izizwe zomhlaba ziyobona ukuthi igama likaJehova libizwe phezu kwakho + futhi ziyokwesaba. +

  • 1 Samuweli 17:46
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 46 Namuhla uJehova uzokunikela esandleni sami, + ngizokubulala ngikunqume ikhanda; namuhla izidumbu zekamu lamaFilisti ngizozipha izinyoni zamazulu nezilo zasendle zomhlaba; abantu emhlabeni wonke bazokwazi ukuthi ukhona uNkulunkulu kwa-Israyeli. +

  • 2 AmaKhosi 19:19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 Manje, Jehova Nkulunkulu wethu, sicela usisindise esandleni sakhe, ukuze yonke imibuso yomhlaba yazi ukuthi wena, Jehova, unguNkulunkulu wena wedwa.” +

  • IHubo 106:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  8 Wabasindisa ngenxa yegama lakhe, +

      Ukuze enze amandla akhe aziwe. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela