Duteronomi 2:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Lapho usondela kuma-Amoni, ungawahlukumezi noma uwachukuluze, ngoba alikho izwe lama-Amoni engiyokunika lona njengefa, ngenxa yokuthi ngilinike inzalo kaLoti njengefa. + Duteronomi 2:37 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 37 Nokho, anizange nisondele ezweni labakwa-Amoni, + kulo lonke usebe lweSigodi* SaseJabhoki, + nasemadolobheni esifunda esinezintaba, nakunoma iyiphi indawo uJehova uNkulunkulu wethu ayeyinqabele.
19 Lapho usondela kuma-Amoni, ungawahlukumezi noma uwachukuluze, ngoba alikho izwe lama-Amoni engiyokunika lona njengefa, ngenxa yokuthi ngilinike inzalo kaLoti njengefa. +
37 Nokho, anizange nisondele ezweni labakwa-Amoni, + kulo lonke usebe lweSigodi* SaseJabhoki, + nasemadolobheni esifunda esinezintaba, nakunoma iyiphi indawo uJehova uNkulunkulu wethu ayeyinqabele.