Joshuwa 16:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Kodwa abawaxoshanga amaKhanani ayehlala eGezeri, + amaKhanani asahlala phakathi kuka-Efrayimi kuze kube namuhla + futhi enziswa umsebenzi wobugqila. + 1 AmaKhosi 9:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 (UFaro inkosi yaseGibhithe wayekhuphukile walithatha iGezeri walishisa ngomlilo, wabulala namaKhanani + ayehlala kulelo dolobha. Ngakho walinika indodakazi yakhe, + umkaSolomoni, njengesipho sokuyivalelisa.*)
10 Kodwa abawaxoshanga amaKhanani ayehlala eGezeri, + amaKhanani asahlala phakathi kuka-Efrayimi kuze kube namuhla + futhi enziswa umsebenzi wobugqila. +
16 (UFaro inkosi yaseGibhithe wayekhuphukile walithatha iGezeri walishisa ngomlilo, wabulala namaKhanani + ayehlala kulelo dolobha. Ngakho walinika indodakazi yakhe, + umkaSolomoni, njengesipho sokuyivalelisa.*)