-
Numeri 6:2, 3IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
2 “Khuluma nama-Israyeli uthi kuwo, ‘Uma owesilisa noma owesifazane enza isifungo esikhethekile sokuphila njengomNaziri *+ kuJehova, 3 kufanele adede ewayinini nakwezinye izinhlobo zotshwala. Akufanele aphuze uviniga wewayini noma uviniga wanoma yibuphi utshwala. + Akufanele aphuze noma yiluphi uketshezi olwenziwe ngamagilebhisi, noma adle amagilebhisi, kungakhathaliseki ukuthi masha noma omisiwe.
-