27 Ngenxa yalokhu wawanikela esandleni sezitha zawo, + ezazilokhu ziwabangela ukucindezeleka. + Kodwa lapho esecindezelekile ayekhala kuwe, wena wawuzwa usemazulwini; ngenxa yesihe sakho esikhulu wawuwanika abasindisi ukuze bawakhulule esandleni sezitha zawo. +